Professional Documents
Culture Documents
Isizulu p2 2022
Isizulu p2 2022
Visit us @ www.saexampapers.co.za
SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS/
NATIONAL SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS
2022
UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA
AMAMAKI: 70
UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA:
ISIQEPHU A: INOVELI
ISIQESHANA A
Abaphikayo bayothi...
Cha ngeke kwenzeke:
Isiguli singagcizelela ukuthi kumele selashwe size sisinde ngoba kade
sesikhokhile. √/
Kungenzeka afune ukuhlala aze agculiseke ukuthi usezame ngayo yonke
indlela ukuvumela lowo omlaphayo amsize. √/
Kungenzeka athi esalashwa bese lowo omlaphayo ethola elinye ikhambi
elingcono elizomsiza. √
(Nokunye okunembayo okuyoshiwo umfundi) (2)
KANYE
ISIQESHANA B
NOMA
ISIQESHANA C
Yebo kungenzeka:
Amaphuzu AMABILI kwalandelayo:
Ezindaweni zasemakhaya ezikude namadolobha amakhulu abantu
basaqhubeka nezinto ezihlukumeza amalungelo abantu besifazane. √/
Kweminye imindeni bavele babone sengathi ukuchitha imali ukufundisa
intombazane ngoba izohamba iyogana. √/
Kwezinye izindawo zasemakhaya amantombazane ayathwalwa
aganiswe ngenkani bese elahlekelwa yithuba lokufunda. √/
Eminye imindeni igqugquzela ukuthi izingane zigane amadoda amadala
anemali ngoba befuna ukuzicebisa bona ngemali yelobolo. √/
Izingane zamantombazane ziyantshontshwa bese zenziwa izigqila
zocansi lokhu kwenza ukuthi zilahlekelwe yithuba lokufunda. √
Abaphikayo bayothi …
KANYE
ISIQESHANA D
NOMA
UMBUZO 3
UMSHADO – N Zulu
ISIQESHANA E
KANYE
ISIQESHANA F
ISIQEPHU B: UMDLALO
ISIQESHANA G
Abangavumi bayothi …
UMaShezi wakwazi ukuyoxoxisana noMaNgema ukuze kube khona
ukuthula endaweni. √/
Wancenga uDuma ukuthi ayozehlisa enkosini ukuze kudaleke uxolo
endaweni. √
(Nokunye okunembayo okuyoshiwo ngumfundi.) (2)
KANYE
ISIQESHANA H
ISIQESHANA I
5.1 UmkaMbhele√
Nengane kaSonto/uZinhle. √ (2)
ISIQESHANA J
5.15. Ubugebengu. √
Iphuzu ELILODWA kwalandelayo:
USonto wathenga abantu ukuba babulale uMaNtuli ngoba efuna
ukushada noMbhele. √/
USonto wabulala uMfundisi. √/
Wabulalisa uMbhele. √ (2)
NOMA
ISIQESHANA K
6.2 Ukuthi abizelwe uzalo luzokhuluma naye lumchazele yonke into. √√ (2)
KANYE
ISIQESHANA L
AMAMAKI ESIQEPHU B: 35
UMBUZO 7
ISIQESHANA M
KANYE
ISIQESHANA N
AMAMAKI ESIQEPHU C: 35
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
AMAHLOKOHLOKO/IZINKWAZI ZOTHUKELA – EJ Mhlanga no JJ Thwala
UMBUZO 8