Location via proxy:   [ UP ]  
[Report a bug]   [Manage cookies]                
Ukusikisela kuzoboniswa ngemva kokuthayipha endaweni yokusesha. Sebenzisa imicibisholo ebheke phezulu naphansi ukuze ubuyekeze. Sebenzisa u-enter ukuze ukhethe. Uma okukhethile kungumusho, lowo musho uzothunyelwa ekusesheni. Uma ukusikisela kuyilinki, ibhrawuza izokuya kulelo khasi.

Indlela ukukhokhelwa okusebenza ngayo

  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Isikhathi ozokhokhelwa ngaso

    Ngokuvamile sithumela ukukhokhelwa cishe emahoreni angu-24 ngemva kokuba isivakashi singenile. Nokho, ukuthi uzokhokhelwa nini kungaxhomeka ebudeni bokuhlala kwesivakashi, isikhathi sokuphrosesa indlela yakho yokukhokhelwa, nokuthi unguMbungazi omusha yini noma cha.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Ukubala ukukhokhelwa kwakho

    Ukukhokhelwa okutholayo kokuhlala kwesivakashi kuyinani lakho lobusuku kanye nezindleko zakho ozinezele (njengenani lokuhlanza), ngaphandle kwenani lesevisi yoMbungazi.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Ukukhokhelwa kokuhlala kwenyanga

    Izinkokhelo zokuhlala kwenyanga ziqongelelwa futhi zikhishwe ngezitolimende zenyanga.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Imali oyikhokhelwayo uma isivakashi sikhansela

    Uma isivakashi sikhansela (kungaba ngaphambi noma phakathi nohambo), sibuyiselwa imali ngokuzenzakalelayo ngokuvumelana nenqubomgomo yokukhansela yoMbungazi, nemibandela embalwa.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Imali oyikhokhelwayo uma ukhansela ukubhukha kwesivakashi

    UMbungazi ngeke akhokhelwe uma ekhansela futhi kungase kube nezindleko zokukhansela noma eminye imiphumela engathandeki.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Indlela okusebenza ngayo ukukhokhela umbungazi ongumsizi

    ABabungazi bangasetha imali ekhokhelwa umbungazi ongumsizi ukuze babelane imali ekhokhelwayo nombungazi ongumsizi ku-Airbnb. Funda indlela yokusetha, yokushintsha, nokususa ukukhokhelwa kombungazi ongumsizi, futhi uthole imininingwane mayelana nalokho okungakhishwa emalini oyikhokhelwayo kanye nemikhawulo yesifunda.
  • Imithetho • Bungaza

    Izintela nokukhokhelwa koMbungazi

    I-Airbnb kungenzeka ibambe izintela ngenxa yokuthi awukayithumeli imininingwane yakho yokukhokha intela. Thola ukuthi yini enye ebangela ukubambezeleka kokukhokhelwa kwakho.
  • Imithetho • Bungaza

    Izintela nemali ekhokhelwa uMbungazi Ongumsizi

    I-Airbnb kungenzeka ibambe izintela ngenxa yokuthi awukayithumeli imininingwane yakho yokukhokha intela. Thola ukuthi yini enye okungenzeka ibangela ukubambezeleka kokukhokhelwa kwakho.