Location via proxy:   [ UP ]  
[Report a bug]   [Manage cookies]                
Ukusikisela kuzoboniswa ngemva kokuthayipha endaweni yokusesha. Sebenzisa imicibisholo ebheke phezulu naphansi ukuze ubuyekeze. Sebenzisa u-enter ukuze ukhethe. Uma okukhethile kungumusho, lowo musho uzothunyelwa ekusesheni. Uma ukusikisela kuyilinki, ibhrawuza izokuya kulelo khasi.

Amasethingi okubhukha Nokubhukha Okusheshayo

Amasethingi okubhukha

  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Izinqubomgomo zokukhansela zendlu yakho

    Inqubomgomo yokukhansela efanele ixhomeke kuwe nasendlini oyifakile. Ungakhetha inqubomgomo yokukhansela evumelana nezimo, engaqinile kakhulu, enamandla, noma eqinile.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Shintsha inqubomgomo yakho yokukhansela

    Kulula ukushintsha inqubomgomo yakho yokukhansela lapho usunqumile ukuthi iyiphi ekusebenzelayo.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Nikeza indlela engabuyiseli imali

    Ababungazi bangakhetha ukunikeza indlela yokungabuyiselwa imali—izivakashi zithola isaphulelo enanini losuku bese aBabungazi begcina yonke imali ekhokhiwe uma isivakashi sikhansela.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Bungaza imindeni enezingane

    Uma usho ukuthi indawo yakho iyazifanelekela izingane, kukuwe ukuthi uyafuna yini ukunikeza amasevisi akhethekile noma izinto zokuphepha.

Ukubhukha Okusheshayo

  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Indlela Ukubhukha Okusheshayo okusebenza ngayo

    Setha indlu yakho Ekubhukheni Okusheshayo bese uyakhululeka—ukubungaza sekwaba lula.
  • Indlela yokukwenza • Bungaza

    Qoka amasethingi okuBhukha Okusheshayo

    Kunamasethingi angakusiza ulawule ukuthi indlu oyifakile ingabhukhwa nini nokuthi iziphi izivakashi ezingabhukha ngaphandle kokuba kudingeke ukuba wena mathupha ubuyekeze futhi wamukele isicelo sabo: