Location via proxy:
[ UP ]
[Report a bug]
[Manage cookies]
No cookies
No scripts
No ads
No referrer
Show this form
Jump to content
Main menu
Main menu
move to sidebar
fihla
intilozo
Ikhasi Elikhulu
Isikhungo sezingxoxo
Izehlakalo ezimanje
Izinguquko ezisandakwenzeka
umgagamelwa
Usizo
Bheka
Bheka
Appearance
Nikela
Dala i-akhawunti
Ngena
Amathuluzi omsebenzisi
Nikela
Dala i-akhawunti
Ngena
Pages for logged out editors
learn more
Iminikelo
Ingxoxo yami
Editing
IShayina
(section)
engeza iziLimi
Ikhasi
Ingxoxo
isiZulu
Funda
Hlela
Hlela umthombo
Bona umlando
Amathuluzi ongawasebenzisa
Tools
move to sidebar
fihla
Actions
Funda
Hlela
Hlela umthombo
Bona umlando
General
yini exhumela lapha
Izinguquko ezahlobene
Layisha ifayili
Amakhasi abalulekile
Imininingwane yekhasi
Get shortened URL
Download QR code
In other projects
Wikidata into
Appearance
move to sidebar
fihla
Isexwayiso:
Awungenile. i-IP address yakho izobonwa yiwona wonke umuntu uma wahlela. Uma wa
ngena
noma
wadala i-akhawunti
, amanikelo akho azofakwa egameni lakho.
Anti-spam check. Do
not
fill this in!
== UHulumeni nezoMbusazwe == {{Multiple image|image1=Xi Jinping in July 2024 (cropped).jpg|caption1=Xi Jinping, uMongameli waseShayina|image2=Li_Qiang_(2024)_(cropped).jpg|caption2=Li Qiang, uNdunankulu waseShayina|width=120}} Uhulumeni ungaphansi kweNhlangano yobuKhomunisti yaseShayina (i-CCP). Inkolelo yeCCP isekelwa ubuKhomunisti kakhulukazi olembulwe nguKarl Marx, uVladimir Lenini noMao Zedong - namhlanje kuthiwa yiSoshalizimu enobuShayina ngaphakathi. Inhloko yezwe nehulumeni uXin Jinping ohleli ezikhundleni ezintathu: uMongameli waseShayina, uNobhala oMkhulu we-CCP nesiHlalo seKhomithi ePhakeme yamaButho. Isishayamathetho sikaZwelonke saBantu (i-NPC) sinamandla okushaya umthetho, okukhetha ongqongqoshe nokuthulela ukuqonda kwomthetho. Ngoba i-NPC ihlangana usonto olodwa ngenyaka, ikhetha amalunga ambalwa ayo ukuthi abengama lunga eKhomithi Emile ye-NPC ukuthi ishaye umthetho ngaphakati kwemihlangano yayo emkhulu. uMkhandlu woMbuso uyinhloko yegatsha lokuphatha - uSihlalo wayo nguNdunankulu uLi Qiang. iNkantolo ePhakemeyo yaBantu iyinkantolo yokugcina lapho khona amacala angadlulswa khona. Ngokwe-''Freedom in the World Index'' (ucwaningo olukhiqizwa ngenyaka oluqhathanisa izizwe ngokukhululeka namandla wentandoyeningi) kuthiwa iShayina ibuswa ngemphoqo nencindezelo. IShayina inomthethosisekelo ovikela amalungelo futhi oluqinisekisa ukuthi kuno khetho. Kodwa abachwephese bathi akuvumelekanga ukuthi amanye amaqembu aphumelele noma ukuthi athole amavoti amaningi ngendlela engahlula i-CCP. Umthethosikelelo ubeka i-CCP njengeqembu elibalulekile futhi ekuyilona elidonsa phambili kuyonke imikhakha yokuphatha ezweni. EShayina kunohlelo lwamakhompyutha loku lawula i-inthanethi ukufumana abashokobezi nokuvimba ukugxekwa kombuso (i-''Great Firewall of China''). EShayina kuyakhonakala ukuthi abantu baboshwe nomabashabalaliswe ngumbuso bengenacala eliphambili kwenkantolo yomthetho ngenxa yokuthi umbuso awuthandi izinto ebazishoyo njengoku phikisana nokugxeka umbuso. EShayina kwakukhona unqubomgomo woku phoqa abantu ukuthi babe nengane eyodwa ukumincisa inani labantu. Kodwa lokhu kugcekeze phansi amalungelo abantu mayelana inzalo nemizimba yabo kakhulukazi abesifazane. Futhi kuthiwa iShayina ibhubhisa amaUigyur, uhlanga lwabantu esifundazwe saseXinjiang oluhlobene namaTurk asesiKhungweni sase-Eshiya.
Isifinyezo:
By saving changes, you agree to the
Terms of Use
, and you irrevocably agree to release your contribution under the
CC BY-SA 4.0 License
and the
GFDL
. You agree that a hyperlink or URL is sufficient attribution under the Creative Commons license.
yeka
Usizo ngokuhlela
(kuzovulwa esibukweni esisha)