Location via proxy:   [ UP ]  
[Report a bug]   [Manage cookies]                
Jump to content

Isifayelo

Mayelana Wikipedia

Isifayelo siwuhlelo olwenziwa lutholakale ngohlobo lwezezibhangqiwe ukuze luthululwe kuxhakaxholo.[1] Ngokwesibonelo, uchunge lweziqephu zamahele enzwakalo yezezibhangqiwe, angathululwa umsebenzisi awafake esiklamweni sakhe siqu ukuze awalelwe ngesinye isikhathi. Izifayelo ngokuyinhloko ziyizinsizakusakaza zenzwakalo, kodwa ezinye ziyimibukiso, kungaba yisiqikili esiyinhloko noma isijobelelo senzwakalo; zibe yisibunge eminyakeni yamuva ngosizo lwenkundla -I-YouTube.

  1. "Podcast". Podcast. https://dictionary.cambridge.org/dictionary/english/podcast. Retrieved April 21, 2022.