Location via proxy:   [ UP ]  
[Report a bug]   [Manage cookies]                
Jump to content

Simphiwe Dana

Mayelana Wikipedia

U-Simphiwe Dana (owazalwa mhla zingama-23 ku Masingana 1980) ungumculi nomlobi wezingoma waseNingizimu Afrika osebenza kakhulu ngolimi lwakhe lomdabu, Ulimi lwesiXhosa. UDana waziwa nangokukhulumela kwakhe kwezenhlalo kanye nokulwa ngomculo njengohlobo lobuciko bezombusazwe. Umsebenzi wakhe womculo waqala ngo-2002, eneminyaka engu-22.