Location via proxy:   [ UP ]  
[Report a bug]   [Manage cookies]                
Jump to content

UmNgcikisho wengabuzuba

Mayelana Wikipedia
Uqwembe lentandelo olunyathelisiwe

UmNgcikisho wesizubisi lunguqeqesho olungaphansi komngcikisho wamazuba owavela ekuqaleni kwekhulu lama-20 futhi uhlukaniseka ngokusetshenziswa okwengeziwe kwezigcoyi eziqebethayo ezifana nesidlulisiqeku, iziLekeleli zokukhulisa nokulawula ukugobhoza kobuzuba. Phambilini umNgcikisho wesizubisi wawusebenzisa izilekekeli ezingomenziwa ezifana neziqhebezi, izihibanzuba (resistors), nezimumathi (capacitors).

Wemboza imikhakha efana: nezizubisi zenzuko, izizubisi zezezibhangqiwe, izizubisi zabashwabadeli, izimiso ezihlayiziwe nezizubisi zamandla. Uyabandakanyeka nasemikhakheni eminingi ehlobene nawo, ngokwesibonelo umchazandalo wesimo esinqumile, umngcikisho womsakazo, ezokuxhumanade, izimiso zokulawula, ukudludlunga isiyabizo, umngcikisho wezimiso, umngcikisho wesicikizi, umngcikisho wamathuluzi, ukulawula amandla wamazuba, nezobuthununu.